Le Nkondlo ibhalwe ebuhlungwini ebenzeke ngampela bokudlula komzali womlandeli wami, ngiyibhala nje lenkondlo sekukaninginyana ukufa kugadla kwedlula abazali beshiya abantwana ngemuva.
Eyokuqala inkondlo oSihloko sithi Valani AmaZulu nayo yakhishwa ngosuku lomngcwabo, Kanti nale oSihloko sithi uMsindo Wezulu nayo idedelwe ngosuku lokungcwaba kwakhe.
Lenkondlo eJivaza oNgabonwayo, ngiyacela uyilalele kuphela Kodwa ingakulimazi ngoba inamagama asindayo ngampela.
#valaniamazulu #umsindowezulu #mrbongs #condry