Unwabu Oluculayo (S2 Epi5 in isiZulu) cover art

Unwabu Oluculayo (S2 Epi5 in isiZulu)

Unwabu Oluculayo (S2 Epi5 in isiZulu)

Listen for free

View show details

About this listen

Lena indaba yonwabu oluhlala lodwa osebeni lomfula kudala. Zonke ezinye izilwane zasemfuleni zazimgwema. Bemubhuqa, bengamthandi, bembiza ngomubiza nehlazo. Unwabu njalo wayezama ukucasha futhi abe yedwa, kude nabo bonke ababemzonda.

Kodwa ngolunye usuku, kwafika ushintsho olukhulu ekuphileni kwakhe, konke ngenxa yethalente lakhe elikhethekile: isipho somculo. Ngalolo suku wayeshaya insimbi encane ebizwa ngokuthi imbengwe futhi ecula ngezwi lakhe elimnandi! Ngaphambi kokuba azi, zonke ezinye izilwane zase zibuthanele kuye ukuze zilalele ukudlala kwakhe okukhethekile.

Ngalolo suku athola ukwamukelwa nokuhlonishwa okokuqala ngqa.

Umculo wakhe wamenza wazizwa ukuthi ungubani—wabe esebizwa ngokuthi Unwabu Oluculayo. ECR website channel page

What listeners say about Unwabu Oluculayo (S2 Epi5 in isiZulu)

Average Customer Ratings

Reviews - Please select the tabs below to change the source of reviews.

In the spirit of reconciliation, Audible acknowledges the Traditional Custodians of country throughout Australia and their connections to land, sea and community. We pay our respect to their elders past and present and extend that respect to all Aboriginal and Torres Strait Islander peoples today.